uNjoko-Sengiqomile
- Thabo Lyrics
- Jul 2, 2019
- 1 min read
Dadewethu ungangicebi kumama, ngiyamsaba mina.
Ngicela ungamtsheli umama, Bengicela ungangicebi umama
Uzongibulala umama! Uzongibulala umama! Uzongibulala Mama
Ey Wena unangicebi umama, Mina Sengiqomile
Dadewethu ungamthseli umama, (Mina Sengiqomile)
unangicebi umama (Mina Sengiqomile)
Ngicela ungamtsheli umama (Mina Sengiqomile)
Uzongibulala umama
Ngithanda kwaKhumalo NgiThanda uBhuti wakhona webakiti webakiti webakiti
Uzongibulala umama
Ngithanda kwaButhelezi Ngithanda uBhuti wakhona webakiti webakiti webakiti
Dadewethu ngicela ungamtsheli, ngicela ungamtsheli umama
umama ngithanda kwa Khumalo ngithanda ubhuti wakhonawebakithi
Comments