Sjava- Valelise
- Thabo Lyrics
- Jun 28, 2019
- 1 min read
Akulula ukuti ngavalelise , ngavalelise
Mangkhuluma nawe sthandwa sami ocignweni x2
Ubthongo abfiki mangikhuluma nawe engabe kusa nini ngibonane nawe
Ngikwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo njenga manje woooo
Maye linemange iphimbo lakho bo maye
Lenza Kuvuke nezito elele
Kanti wenza ngani vele
Angikaze nigthande umuntu kanje
Makpehla ihour singakhulumanga
Ngivele ngizwe ngathi ngizosangana
Kanti uthando olunjani lolu
What kind of love is this
Ubthongo abfiki mangikhluma nawe engabe kusa nini ngibonane nawe
Ngiwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo njenga manje woooo
Akulula ukuti ngavalelise , ngavalelise
Mangkhuluma nawe sthandwa sami ocignweni x2
Ubuhle bako abufaniswa nalutho kube icala ukuba umhle ngabe sewufile inhlawule ngabe awukho
Ngabe khupelilie ngawe ngabe ugcwele emajele
Muhle ehleka muhle ekhala muhle ehleli muhle ehamba
Muhle eythulele engashongo lutho mawumamatgeka
ilapho engibona khona ukuthi ngawe idlozi lingigidele
mama thank you lord you been so good to me weh
Ungnekeze ingilosi emhlabeni zange ulinde
ngzenghambe emhlabeni akukho okunye
engingakbonga ngako that inhliziyo yami
Ubthongo abfiki mangkhuluma nawe ngabe kusa nini
ngibonane nawe
ngikwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo wooooh
a manje woooo
Akulula ukuti ngavalelise , ngavalelise Mangkhuluma nawe sthandwa sami ocignweni
Comments