top of page
  • Facebook Social Icon
  • Twitter Social Icon
Search

Sjava- Confession

  • Writer: Thabo Lyrics
    Thabo Lyrics
  • Aug 23, 2019
  • 2 min read

ngineConfession Ngicel uk'confessor NgineConfession Ngicel uk'confessor NgineConfession Ngicel uk'confessor

Yazi ngyasaba ukuk'thanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona

Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na?

Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonele ilanga

Ukufihl' ak'sizi ngcono ngvele ngiphumele obala Ngikutshele ngendlela engizizwa ngayo Ngyavuma angiphiki Ukuthi uyangithanda Inkinga abukho ubufakazi Izenzo azisasho lutho Nokuthi I love you Sekwaba yinto elula Elula usungayisho nanoma kubani AyisenaValue Uthando lwamanga Nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo Hlampe wisigebengu

Ngixolele Ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Ngixolele Ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Wemntanomuntu

NgineConfession Ngicel uk'confessor NgineConfession Ngicel uk'confessor

Yazi ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona

Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na?

Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonele ilanga

Ngob umuhle unakho konke Awshodi ngalutho Lapho osuka khona Konakalaphi? You too good to be true Ngabe khona engakwazi yini? Makukhona, cela ukhulume manje Ksaseneskhathi Kumele ungithembise ukuthi mangivuma Lana Ksasa ngek' ungijikele Umzimba uright Konke kuright Inhliziyo Yami iyo kuphela ekhathel' kmele ngihlale ngphapheme

Ngixolele Ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Ngixolele Ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Wemntanomuntu

NgineConfession Ngicel uk'confessor NgineConfession Ngicel uk'confessor

Yazi ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona

Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na?

Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonele ilanga

Comentários


bottom of page