top of page
  • Facebook Social Icon
  • Twitter Social Icon
Search

Samthing Soweto- Nodoli

  • Writer: Thabo Lyrics
    Thabo Lyrics
  • Oct 22, 2019
  • 1 min read

Ilanga lokuzalwa kwakho beng'ngazi

ukuthi ngizokwenza ni

Ngob' imali bey'ngekho

And mina nomam 'akho

besiphelelwe ngamaplani

na' kodwa yaringa iphon' enzulwini

zobusuk'

yaring' iphoni ngilele

heh kodwa wa-phon'

umamakho wathi kimi

sekunjalo

mele siy' esibhedlele


Ngokukhul' uk'thuka

ngashaya umthandazo omncane

Bese ngaphuthuma

ngapha yindlela eya k'wena

Ngokukhul'

uk'thuka ngashaya umthandazo omncane

Bese ngaphuthuma

ngapha yindlela eya k'wena


WeNodoli waaam, ohhhh Nodoooli (yhoooo Wena)

Wena uyiNgelosi encane x4


Ngathi be'ng'fika ngamemeza ngale kwasango

Kwanzim' uk'linda ngaphandle kwendlu

ngako kwakho

Kodwa ngangeniswa ngaphaakathi

Ngenkathi zabathaakathi

Ngezikinin-ohhhh

wena nomamakhoooh x2


WeNodoli waaam, ohhhh Nodoooli (yhoooo Wena) Wena uyiNgelosi encane x4 Thilalala lolololo..


Thilalala lolololo Wena Wena uyiNgelosi encane x4

 
 
 

Comentarios


bottom of page