top of page
  • Facebook Social Icon
  • Twitter Social Icon
Search

Mzukulu- Umalokazane

  • Writer: Thabo Lyrics
    Thabo Lyrics
  • Sep 9, 2019
  • 1 min read

Mina ngazala insizwa ngangambona umalokazana, mina ngazala insizwa ngangambona umalokazana.....

Ngigugile ngineminyaka enamashumi amahlanu, ngigugile ngineminyaka enamashumi amahlanu....

Angsakwazi ukupheka

Angsakwazi ukuwasha

Ngigugile ngineminyaka enamashumi amahlanu

Ngigugile ngineminyaka enamashumi amahlanu

Ngigugile ngineminyaka enamashumi amahlanu

Uphi uMalokzana We malokzane Uphi Malokana

Yazi siyibonile imoto yakho mfana wakithi,

Yazi siyibonile imoto yakho mfana wakithi,

oqhawelami basitshelile ngemali yakho

oqhawelami basitshelile ngemali yakho

Sesibuza umalokazana hawuuu uphi umalokazana uphi umalokazana

Sesibuza umalokazana hawuuu uphi umalokazana uphi umalokazana

ngoba sizwile ukuthi iyaphuma iyogana ka zulu wena uyoganwa carvela boy

sesibuza umalokazana mfana uphi umalokazana

Ngizwile bethi iyaphuma iyogana kwamquba ufika emadolweni, wena uyoganwa i-Arbiter mfana

Comentários

bottom of page