top of page
  • Facebook Social Icon
  • Twitter Social Icon
Search

Ibhanoyi - Blaq Diamond

  • Writer: Thabo Lyrics
    Thabo Lyrics
  • Sep 12, 2019
  • 1 min read

[Intro] Oh indizamshini Aw ng’zok’thengela Aw ng’zok’thengela ibhanoyi Aw ng’zok’thengela ibhanoyi Waa ah…


[Chorus]

Aw ng’zok’thengela ibhanoyi (My Love)x2 Aw ng’zok’thengela ibhanoyi (My Love)x2


[Verse1- Ndu]

Aw noma bengathini keh! wena ungowami keh! Nabaphasi sebevumile Aw ngithi sekulotshiwe Ikhanda l’vele l’dume Um’ungekho eduze i-smile sami saziwa nguwe We-sweetati my Lavie weh Aw sebezamile baningi bethi sohlukana kodwa lento ayenzeki Aw bathi u-babe ungidlisile kanti abazi ukuthi mina ngisemathandweni


[Pre-chorus]

Oh indizamshini (oh indizamshini babe) Aw Ng’zok’thengela (aw ng’zok’thengela sthandwa sami) [Chorus] Aw ng’zok’thengela iBhanoyi (My Love) x2 Aw ng’zok’thengela iBhanoyi (My Love) x2


[Verse2- Danya]

Ufike empilweni yami wena ibheda ibhemile Izinto sezincono umalambane uvukile K’shuthi uk’thanda wena dali into ebidaliwe Ng’yok’thanda ng’yoze ng’ngene egalile Inhliziyo ishaya kancane ,mangizw’iphimbo lakho Sthandwa ang’khathali ,ng’yohlala ngingowakho

[Pre-chorus]

Oh indizamshini (oh indizamshini dali ) Aw Ng’zok’thengela (aw ng’zok’thengela mina)

[Chorus] Aw ng’zok’thengela iBhanoyi (My Love) x2 Aw ng’zok’thengela iBhanoyi (My Love) x2

[Post chorus]

Aw noma bengathini ,wena ungowami (My Love) Aw noma bengathini ,wena ungowami (My Love) Oh indizamshini (My Love) Ah ng’zok’thengela (My Love)

 
 
 

Comentarios


bottom of page